Home African Music S’fiso Ncwane – Kulungile

S’fiso Ncwane – Kulungile

Kulungile by S’fiso Ncwane MP3 MUSIC VIDEO

Kulungile LYRCIS by S’fiso Ncwane:
Baba kulungile
Ma kuyintando yakho
Okwenzek’ empilweni zethu
Kulungile ke Baba (kulungile Baba)
kulungile ke Baba
eKulungile Somandla (kulungile Baba)
Kulungile ke
eKulungile makuyintando yakho
(Kulungile ke Baba) kulunge konke Somandla
eKulungile ke Baba (kulungile Baba)
Makuyintando yakho Baba
Ekulungile ke Baba
(Kulungile baba) konke okwenzekaya makuyintando yakho Somandla
Ye kulungile ke Somandla, kulungile ke (kulungile Baba) ah ah
Makuyintando yakho ke Somandla
Konke okwenzekaya empilweni zethu kulungile ke
Noma kukubi noma kukuhle kulungile

Kodwa makuyintando yakho makuvume wena
Baba noma ukholo lwethu belunyakazisa Baba
Noma imvungumvungu zifika
Kulungile ke
Kulungile ke Somandla
Kulungile makuvhume wena
Kulungile oh
kulungile ke Baba
Noma kwenzek’izinto ezibuhlungu empilweni zethu
(Kulungile Baba) kodwa kulungile
Noma besihlukumeza besihluphel’ukholo lwethu ah
(Kulungile Baba) ah kulungile ke Baba
Baba noma kubuhlungu baba kodwa kulungile
Kulungile (kulungile Baba) ah ahh
Lalela ngithi noma kunenkinga laph’ekhaya kodwa ngithi ke (kulungile Baba)
Makuyintando ykhe kulungile ke
Nom’omakhelwana behlekisa ngawe (kulungile baba) kodwa makuyintando yakhe
(Kulungile Baba) kulungile
Noma sebehleka ngawe behleba ngawe kulungile ke
(Kulungile Baba) ah
Ngithi noma umshado wako ubhidlika laph’ekhaya kodwa ngithi (kulungile Baba)
Makuyintando yakhe yena

Kulungile Baba (kulungile Baba) ah kulungile
Noma umsebenzi usukuphelele
Kodwa makuyintando yakho (kulungile Baba)
Kulungile ah
Ngiyazi ulala ungadlile ekhaya kodwa kulungile ke (kulungile Baba)
Makuyintando yakho Baba kulungile
Noma inkinga zikulandela
Kodwa makuyintando yaKhe (kulungile Baba)
Mus’ ukukhala mus’ukhala usatane uzojabula
Eh kulungile Baba (Kulungile Baba)
Kulungile Baba
Ey kulungile ke Somandla (kulungile Baba)
Makuyintando yakho Baba
Baba makuvume wena
Ngempilo zethu kulungile ke (kulungile Baba)
Kulungile Baba Kulungile kulungile Baba ah
Mus’kukhala, mus’kukhala sul’inyembezi ah

LEAVE A REPLY

Please enter your comment!
Please enter your name here